1ZU504 UHLELOMISHO

1ZU504 UHLELOMISHO

by Sibusiso L. Ntuli -
Number of replies: 0

Sanibona bafundi be-1ZU504.

Uthisha wenu lo uDkt. Ntuli. ngifisa ukunamukela kulesi sifundo soHlelomisho engethemba ukuthi nizokujabulela kakhulu ukusifunda. 

Ngokuvama amakilasi ethu siwabamba ngoLwezine ngehora lokuqala emini. Kodwa kuleli sonto kungenzeka singakwazi ngoba kunomhlangano omkhulu weFaculty yonke oqala ngoLwesithathu kuze kube nguLwesihlanu. Ngicela abazokwazi ukufika, bavele ehhovisi lami ngoLwesibili ukuzokwamukela amanothi. Ngicela ukuthi sisebenze ngokubambisana kakhulu ngoba mningi nomsebenzi engibhekene nawo.

Ngiyabonga

SL Ntuli