File
Ntuli SL
Completion requirements
Sanibona bafundi
Ngingabe ngiyaphosisa uma ngithi sisebenze kahle kulo nyaka. Okuningi konakale ngenxa yokungaphili kahle hle kwami. Inkinga-ke yikho ukuthi uma abafundi sebehlolwa angeke baphendule ngokuthi 'hhayi hhayi thina uthisha wethu ubegula'. ngiyacela-ke sibambisane ekubambeni lo msebenzi yize seliyoshona nje.
Lapha ngifake umsebenzi olalelwayo, engizocela ukunijijimeza ngomsebenzi obhalwayo emva kwawo.
Ngiyabonga
SL Ntuli