Okuqondene nokubhalwa komnqamulajuqu 2021

Okuqondene nokubhalwa komnqamulajuqu 2021

by Ntokozo NMAR. Nzuza -
Number of replies: 0

Konke enginikhumbuze ngakho kumele nikuqaphele ukuze umfundi nomfundi angaphumi endleleni yalokho okudinga ukuba kwenziwe ngesikhathi sokubhala.

Akumele uzinqumele okungafanele ngoba kuyoba  nzima uma sewuthi uzobhala elokuchibiyela iphepha ngoba lihlanganiswe ngokunye lona.

Ngiyethemba kuobhaleka uma nizimisele ngoba kuyoba elomvalelwandlini odinga isikhathi iphepha. ngikusho lokhu kusekude ngenzela ukuba nizilungiselele.

Ozothobayo uthisha wenu onifisela impumelelo njalo nje.