ISIVIVINYO AZUL151/1ZUL151 : 11-06-2021

ISIVIVINYO AZUL151/1ZUL151 : 11-06-2021

by Zeblon Mthembu -
Number of replies: 0

Sanibona bafundi

Bonke abafundi bayaziswa ngesivivinyo salesi sigamu esizobhalwa kuyo lenkundla (moodle) ngomhlaka-11 kuNhlangulana 2021 .Isikhathi  siqala ngo 13h00 kuya14h30. Labo bafundi abangabhalisile ku moodle(enrol) bayacelwa ukuthi baxhumane nothisha babo ngokushesha ngoba awukho umsebenzi oyokwamukelwa ngaphandle kwalenkundla.